Inkonzo yo Mnikelo

Inkonzo yo mnikelo wengilozi yasehlane/ eNtabeni ukuthi isiqoqele imiMoya yaMathongo akithi ashonela ezintabeni, kanye namaThongo aphuma ahamba aduba ikhaya ngenxa yeziNkinga emndenini, sikhulekela Ukukhanya neMpilo engcono

Kule nkonzo kuyokwenziwa ukushiswa kweZilwane zoMnikelo ukuba kube yiphunga elihle ezithunyweni zasehlane ebese siyancenga sincengele ubumbano emindenini yathu.

NB. Ayikho inkanyiso edingekayo, kudingeka Umuntu azithengele izinto zakhe zokunikela esthandweni somlilo. Umuntu uzihlelela yena into yokuhamba eza eSgodlweni nokusuka eSgodlweni kuyiwa eNtabeni.

Izinto zoMnikelo.

  1. Inkukhu emhlophe
  2. Izibani ezu4. 1 blue, 1 green, 1 yellow, 1 white.
  3. Impuphu 1 KG
  4. Imali yama coin amhlophe ehlangene amaRandi ayiShumi

Usuku : 07 November 2021
Location. KZN, Ntuzuma F section

0767024528 whatsapp
0815862824 call

Mkhulu Mbubuzi Hlela

Leave a comment